Dlulela kokuphakathi

Mayelana NoFakazi BakaJehova

Uma ufuna ukuxhumana nathi, woza kweminye yemihlangano yethu, cela isifundo seBhayibheli samahhala noma ufunde okwengeziwe ngathi, le ngxenye izokusiza. Sikumema nokuba uvakashele elinye lamahhovisi ethu ukuze uzibonele umsebenzi esiwenzayo.

Izinkolelo Nezinto Ezenziwayo

Imibuzo Evame Ukubuzwa NgoFakazi BakaJehova

Thola izimpendulo ezinembile zemibuzo evame ukubuzwa abantu.

Izinto OFakazi BakaJehova Ababhekane Nazo

Funda ngalokho oFakazi BakaJehova ababhekana nakho njengoba benza okusemandleni ukuze baqondiswe iBhayibheli kulokho abakucabangayo, abakukhulumayo nabakwenzayo.

Imisebenzi YoFakazi BakaJehova

Sitholakala emazweni angaphezu kuka-230 futhi sivela ezizweni nasezizindeni eziningi. Kungenzeka ujwayelene nomsebenzi wethu wokushumayela, kodwa sisiza umphakathi nangezinye izindlela ezibalulekile.

Uhlelo LweSifundo SeBhayibheli Samahhala

Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?

IBhayibheli linikeza izigidi zabantu kuwo wonke umhlaba izimpendulo zemibuzo ebalulekile ekuphileni. Ingabe ungathanda ukuba omunye wabo?

Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli?

Emhlabeni wonke, oFakazi BakaJehova baqhuba izifundo zeBhayibheli zamahhala besebenzisa le ndlela ephumelelayo. Buka ukuthi basiqhuba kanjani.

Cela Isifundo SeBhayibheli

Thola izifundo zeBhayibheli ngesikhathi nasendaweni evumelana nawe.

Imihlangano Nezenzakalo

Yiba Khona Emhlanganweni

Funda ngemihlangano yethu. Thola indawo eseduze nawe.

ISikhumbuzo Sokufa KukaJesu

OFakazi BakaJehova bakumema ukuba ube khona eSikhumbuzweni sokufa kukaJesu ngo-Ephreli 12, 2025.

AmaHhovisi Egatsha

Xhumana NoFakazi BakaJehova

Imininingwane yamahhovisi ethu emhlabeni wonke.

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Thola ihhovisi eliseduze nendawo yakini. Thola ukuthi ungayibuka ngasiphi isikhathi indawo.

Umsebenzi WoFakazi BakaJehova Usekelwa Kanjani Ngezimali?

Funda ngendlela umsebenzi wokushumayela emhlabeni wonke oqhubeka ukhula ngayo ngaphandle kwemali yenkongozelo noma okweshumi.

Obani Abenza Intando KaJehova Namuhla?

OFakazi BakaJehova batholakala emhlabeni wonke futhi bavela kuzo zonke izinhlanga namasiko. Yini ehlanganise leli qembu labantu abahlukahlukene?

Amanqampunqampu—Emhlabeni Wonke

  • 239—Amazwe oFakazi BakaJehova abashumayela kuwo

  • 8 816 562—OFakazi BakaJehova

  • 7 281 212—Izifundo zeBhayibheli zamahhala eziqhutshiwe

  • 20 461 767—Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu

  • 118 177—Amabandla