Dlulela kokuphakathi

Umlando WeBhayibheli

Indlela IBhayibheli Elafika Ngayo Kithi

Singaqiniseka ukuthi okubhalwe emibhalweni yokuqala yeBhayibheli kudluliswe ngendlela enembile kwaze kwazofika esikhathini sethu.

Izahluko Namavesi—Kwafakwa Ubani EBhayibhelini?

Yini eyabangela ukuba le ndlela yokuhlukanisa ithandwe?

IBhayibheli Lasinda Ekuphikisweni

Abaholi abaningi bezombusazwe nabenkolo bazama ukuvimba abantu ukuba bangabi nalo iBhayibheli, bangalihumushi noma balikopishe. Akukho noyedwa owaphumelela.

IBhayibheli—Indaba Emangazayo Yokusinda Kwalo

Funda ngemizamo yokushabalalisa iBhayibheli, nendlela elasinda ngayo kuze kube namuhla okubonisa ukuthi le incwadi emangalisayo.

Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso?

Uma iBhayibheli lalotshwa uNkulunkulu, kufanele lihluke kuzo zonke izincwadi ezake zabhalwa.

Ingabe Okubhalwe EBhayibhelini Kuye Kwashintshwa?

Njengoba iBhayibheli lilidala kangaka, sazi ngani ukuthi okubhalwe kulo akushintshiwe?

IBhayibheli Lasinda Emizamweni Yokushintsha Umyalezo Walo

Abantu abangathembekile baye bazama ukushintsha umyalezo weBhayibheli. Imizamo yabo yavela kanjani obala futhi yabhuntshiswa?