Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

A7-A

Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni—Eziholela Enkonzweni KaJesu

Amavangeli Amane Ngokulandelana Kwezenzakalo

Amashadi alandelayo anamabalazwe abonisa uhambo lukaJesu lokushumayela. Imicibisholo esemabalazweni ayibonisi izindlela eziqinisekisiwe ahamba kuzo kodwa imane ibonisa ukuthi kwakungakuphi. U-“c.” usho ukuthi “cishe,” noma “ngawo.”

Izenzakalo Zangaphambi Kwenkonzo KaJesu

ISIKHATHI

INDAWO

ISENZAKALO

MATHEWU

MARKU

LUKA

JOHANE

3 B.C.E.

EJerusalema, ethempelini

Ingelosi uGabriyeli ibikezela ngokuzalwa kukaJohane uMbhapathizi kuZakariya

   

1:5-25

 

c. 2 B.C.E.

ENazaretha; eJudiya

Ingelosi uGabriyeli ibikezela ngokuzalwa kukaJesu kuMariya; uMariya uvakashela isihlobo sakhe u-Elizabethe

   

1:26-56

 

2 B.C.E.

Ezweni laseJudiya elisezintabeni

UJohane uMbhapathizi uyazalwa futhi wethiwa igama; uZakariya uyaprofetha; uJohane uzoba sehlane

   

1:57-80

 

2 B.C.E., c. Oct. 1

EBhetlehema

UJesu uyazalwa; “uLizwi waba yinyama”

1:1-25

 

2:1-7

1:14

Eduze kwaseBhetlehema; eBhetlehema

Ingelosi imemezela izindaba ezinhle kubelusi; izingelosi zidumisa uNkulunkulu; abelusi bavakashela usana

   

2:8-20

 

EBhetlehema; eJerusalema

UJesu uyasokwa (ngosuku lwesi-8); abazali bamyisa ethempelini (ngemva kwezinsuku ezingu-40)

   

2:21-38

 

1 B.C.E. noma 1 C.E.

EJerusalema; eBhetlehema; eGibhithe; eNazaretha

Kufika ababhula ngezinkanyezi; umndeni ubalekela eGibhithe; uHerode ubulala abafana abancane; umndeni uyabuya eGibhithe uhlala eNazaretha

2:1-23

 

2:39, 40

 

12 C.E., iPhasika

EJerusalema

UJesu oneminyaka eyishumi nambili usethempelini ubuza abafundisi imibuzo

   

2:41-50

 
 

ENazaretha

Uphindela eNazaretha; uqhubeka engaphansi kwabazali; ufunda ukubaza; uMariya ukhulisa amanye amadodana akhe amane, kanye namadodakazi (Mat 13:55, 56; Mar 6:3)

   

2:51, 52

 

29, entwasahlobo

Ehlane, eMfuleni iJordani

UJohane uMbhapathizi uqala inkonzo yakhe

3:1-12

1:1-8

3:1-18

1:6-8