PHAPHAMA! Ephreli 2015 | Sesashonaphi Isiyalo?

Abazali abafuna ukufundisa izingane zabo izindinganiso ezinhle kubonakala sengathi benza okuphambene nalokho okwamukelekayo kwabaningi. Kwénzekani kuze kube nje?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Sesashonaphi Isiyalo?

Ingabe umbono okhuthaza ukuzethemba owaqala ngawo-1960 usabathonya abazali namuhla?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Isiyalo Esisebenzayo

Izimiso ezinhlanu zeBhayibheli ezinikeza imikhaya isiqondiso esisebenzisekayo.

AMAZWE NABANTU

Ukuvakashela EHonduras

Funda ngendlela yokuphila yabantu baleli zwe laseMelika Ephakathi.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokubhekana Nesizungu

Ukuhlala unesizungu kuyingozi empilweni ngendlela efanayo nokubhema osikilidi abangu-15 ngosuku. Ungakugwema kanjani ukuzizwa ukhishwe inyumbazane futhi unesizungu?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Izilwane

Abantu kufanele baziphathe kanjani izilwane?

Ingabe Uzisebenzisa Ngokuhlakanipha Ezobuchwepheshe?

Phendula imibuzo emine kulesi sivivinyo esilula ukuze uthole impendulo.

INGABE KWAKLANYWA?

Umsebenzi Wamadevu Ekati

Kungani ososayensi beklama amarobhothi anemishini esebenza njengezinzwa abayibiza ngokuthi ama-e-whiskers?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Yini Okufanele Ngiyazi Ngemidlalo Yama-computer?

Ingase ibe nezinzuzo ezithile kanye nobubi obuthile, kokubili okungenza awukaze ucabange ngako.

Thethelela

Kufanele umphathe kanjani umuntu okonile?