INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Disemba 2016

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-January 30 kuya ku-February 26, 2017.

INDABA YOKUPHILA

Ukuba Yizinto Zonke Kubantu Bazo Zonke Izinhlobo

Izabelo eziningi uDenton Hopkinson azithola eseyinsizwa kuqhubeke zamsiza wabona indlela uthando lukaJehova olusibekela ngayo abantu bazo zonke izinhlobo.

Ngomusa Ongafanelwe Nakhululwa

Ungathola imivuzo emikhulu ngocabangela indlela uJehova akukhulula ngayo esonweni.

“Ukunaka Umoya Kusho Ukuphila Nokuthula”

EyabaseRoma isahluko 8 isinika iseluleko esizosisiza sithole umvuzo uJehova awuthembisa sonke isintu.

Usakhumbula?

Ingabe uzifundile izihloko zakamuva ze-Nqabayokulinda? Bona ukuthi ungaphendula imibuzo emingaki esekelwe eBhayibheli.

Phonsa Zonke Izinkathazo Zakho Phezu KukaJehova

Ngezinye izikhathi izinceku zikaNkulunkulu zibhekana nokukhathazeka. Kunezinyathelo ezine ezisebenzayo zingakusiza uzuze “ukuthula kukaNkulunkulu.”

UJehova Uyabavuza Labo Abamfuna Ngobuqotho

Ithemba lokuvuzwa uJehova lisizuzisa kanjani? Uye wazivuza kanjani izinceku zakhe endulo futhi uzivuza kanjani manje?

Umoya Omnene—Indlela Yokuhlakanipha

Akulula ukuzibamba lapho uphathwa ngendlela engenabulungisa, nokho iBhayibheli likhuthaza amaKristu ukuba abe nomoya omnene. Yini engakusiza ukuba uhlakulelele le mfanelo yaphezulu?

Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2016

Izihloko ezithile zinyatheliswe kumagazine womphakathi kanye nakofundwayo.