Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INQABAYOKULINDA No. 1 2022 | Ukunqoba Ukuzondana Okungapheli

Umhlaba wethu ubonakala ugcwele inzondo. Inzondo iboniswa ngezindlela eziningi ezinonya. Kungaba ngokucwasa, ngokuhlukumeza, ngokuhlasela noma ngokuhlukumeza ngamazwi. Ingabe inzondo inganqotshwa? Izihloko ezikulo magazini, zibonisa ukuthi singakuqeda kanjani ukuzondana okungapheli ngosizo lwalokho okufundiswa yiBhayibheli. Lezi zihloko zembula nokuthi uNkulunkulu uthembisa ukuqeda inzondo.

 

Singayinqoba Inzondo!

Kuyini ukuzondana okungapheli? Kuvame ukuboniswa kanjani?

Kungani Kunokuzondana Okungapheli?

IBhayibheli lembula ukuthi inzondo yaqala kanjani, ukuthi kungani kulula ngabantu ukuba bazonde abanye nokuthi kungani kunenzondo engaka emhlabeni.

Indlela Yokuqeda Ukuzondana Okungapheli

Izimfundiso zeBhayibheli zisize abantu abaningi baba abangcono kakhulu.

INDLELA YOKUQEDA UKUZONDANA OKUNGAPHELI

1 | Ungakhethi

Lingisa uNkulunkulu ongakhethi ngokususa yonke imizwa yenzondo onayo ngabanye.

INDLELA YOKUQEDA UKUZONDANA OKUNGAPHELI

2 | Ungaziphindiseleli

Nqoba imizwa yokuziphindiselela ngokuthemba ukuthi maduze uNkulunkulu uzoqeda ububi.

INDLELA YOKUQEDA UKUZONDANA OKUNGAPHELI

3 | Khipha Inzondo Engqondweni Yakho

Khipha inzondo emicabangweni nasenhliziyweni yakho.

INDLELA YOKUQEDA UKUZONDANA OKUNGAPHELI

4 | Nqoba Inzondo Ngosizo LukaNkulunkulu

Umoya ongcwele kaNkulunkulu ungakusiza ube nezimfanelo ezizokusiza ususe inzondo.

Lapho Inzondo Ingasekho Phakade!

Yisiphi isixazululo saphakade senzondo?

Izisulu Zenzondo Zigcwele Yonke Indawo

Ingaqedwa kanjani inzondo engapheli? Ushintsho olungokoqobo noluzohlala phakade seluyenzeka kakade kubantu emhlabeni wonke.