Dlulela kokuphakathi

Isikhathi Ongasisebenzisi

Ukuzijabulisa nokuzilibazisa kungakunika amandla—noma kukushiye uyimvithi! Funda indlela ongasisebenzisa ngayo ngokuhlakanipha isikhathi sakho futhi uzuze kulokho.

Ingabe Kunendaba Ukuthi Ngikhetha Muphi Umculo?

Ngenxa yokuthi umculo unamandla, funda ukuthi ungawukhetha kanjani ngokuhlakanipha.

Ingxoxo Mayelana Nomculo

Abazali bakho bazizwa kanjani ngomculo owuthandayo? Uzizwa kanjani ngomculo abazali bakho abawuthandayo? Sebenzisani ikhasi lemisebenzi ukuze nixoxe futhi niqhathanise izimpendulo zenu.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngemidlalo Yama-computer?

Ingase ibe nezinzuzo ezithile kanye nobubi obuthile, kokubili okungenza awukaze ucabange ngako.

Imidlalo Yami Yama-computer

Leli khasi lomsebenzi lingakusiza ukwazi ukuvumelanisa lesi simiso sokuzihlola nombono wakho.

Okufanele Ukwazi Ngezemidlalo

Ezemidlalo zingakufundisa amakhono ahlukahlukene, okuhlanganisa nokusebenzelana nabanye. Ingabe imidlalo kufanele ibe enye yezinto ezibalulekile kakhulu ekuphileni kwakho?

Yini Okufanele Ngiyazi Ngezemidlalo?

Hlola lokho okudlalayo, indlela odlala ngayo nokuthi udlala kangakanani.

Kufanele Yini Udlale Imidlalo Eyingozi?

Abantu abaningi abasebasha bayakuthanda ukubona ukuthi kungakanani abakwazi ukukwenza, ngezinye izikhathi baze badlale nemidlalo eyingozi. Uyathanda yini nawe ukudlala leyo midlalo?

Ukulinganisela Phakathi Kokuzilibazisa Nemisebenzi Ebalulekile

Ingabe uvame ukuqala ngokufaka amatshe noma uqala ngesihlabathi?

Ngingasihlela Kanjani Isikhathi Sami?

Kunamacebiso amahlanu angakusiza ugweme ukuchitha isikhathi ezintweni ezingabalulekile.

Ngenzenjani Uma Ngibhorekile?

Ingabe imishini yezobuchwepheshe ingasiza? Ingabe indlela obheka ngayo izinto ingawenza umahluko?

Kungani Abazali Bami Bengafuni Ngizijabulise?

Ingabe kufanele ngihambe ngaphandle kwemvume ngiyozijabulisa noma kufanele ngibe qotho kubazali?