Ukuthola Amagugu
Dawuniloda:
Iphepha Lamanothi
1. Uma ng’funda ngitadisha,
Ngithola amagugu
Mang’cwaninga, ngimba ng’jula,
Ngizinik’ is’khashana.
Ngeso lengqondo yami ngiyazibona.
Ngivele ngik’bone ok’shiwo yimBhalo.
(CHORUS)
Ukuzibona kanye nok’zindla—
Kuyangisiza ngibone.
Kungenza ng’qonde okulungile
Ngibe umunt’ olungile—
Umunt’ olungile.
2. Ngicabanga ngabaningi—
Abanye babeqotho.
Laba bantu bayang’siza
Ngazi imizwa kaJah.
Ukuzindla kungenza ngibone kahle
Indlela yokujabulis’ uJah.
(CHORUS)
Ukuzibona kanye nok’zindla—
Kuyangisiza ngibone.
Kungenza ng’qonde okulungile
Ngibe umunt’ olungile—
Umunt’ olungile.
(CHORUS)
Ukuzibona kanye nok’zindla—
Ukuzibona kanye nok’zindla.
Ukuzibona kanye nok’zindla.