Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

‘Uyakukhathalela’

‘Uyakukhathalela’

Ngisho noma abantu bengakudumaza, ukhona uMuntu ongasoze akushiya. Ubani lowo?

INkosi uDavide yathi: “Ngisho noma ubaba nomama bengangishiya, uJehova ngokwakhe uyongamukela.”—IHubo 27:10.

UJehova ‘unguYise wesihe noNkulunkulu wenduduzo yonke, osiduduza kuzo zonke izilingo zethu.’—2 Korinte 1:3, 4.

‘Phonsani zonke izinkathazo zenu kuye, ngoba uyanikhathalela.’—1 Petru 5:7.

Ukuze uthole ukuthi yiziphi izindlela uNkulunkulu afuna ukukusiza ngazo, bheka isifundo 08 sencwadi ethi Phila Kuze Kube Phakade! ekhiqizwa oFakazi BakaJehova. Iyatholakala naku-www.mt711.com/zu