Dlulela kokuphakathi

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila

Ukuphila Okunenjongo

Ngithole Umcebo Wangempela

Owayenesikhundla esiphezulu kwezamabhizinisi wayithola kanjani into eyigugu kakhulu kunengcebo nemali?

UJuan Pablo Zermeño: UJehova Wanginika Ukuphila Okunenjongo

Izimo ezibuhlungu esibhekana nazo zingaba nemiphumela emikhulu nehlala isikhathi eside ekuphileni kwethu. Nakuba akhula kanzima, thola ukuthi uJuan Pablo wayitholaka kanjani injongo yangempela yokuphila, ukuthula nenjabulo.

UJohny noGideon: Babeyizitha, Manje Sebeyezwana

Kwezinye izindawo, inzondo ebangelwa ubandlululo yinto yansuku zonke ekuphileni. Bheka ukuthi amadoda amabili eNingizimu Afrika akunqoba kanjani lokhu.

Uthando Oluqotho Luyoyinqoba Nini Inzondo?

Kungaba nzima ukunqoba ubandlululo. Bona ukuthi umJuda nomPalestina bakwazi kanjani ukulunqoba.

Ngazithanda Izimpendulo ZeBhayibheli Ezicacile Nezinengqondo

U-Ernest Loedi wathola izimpendulo zeminye yemibuzo ebaluleke kakhulu ekuphileni. Izimpendulo zeBhayibheli ezicacile zimnike ithemba langempela ngekusasa.

Imibuzo Emithathu Eyashintsha Ukuphila kwami

Efundiswa umfundi wakhe, uDoris Eldred wathola izimpendulo ezanelisayo zemibuzo yakhe ngokuphila.

Ngangingafuni Ukufa!

UYvonne Quarrie wake wazibuza, “Kungani ngiphila?” Impendulo yakushintsha ukuphila kwakhe.

UJehova Ungenzele Lukhulu

Yiliphi iqiniso leBhayibheli elasiza uCrystal, oyisisulu sokunukubezwa ngokocansi eseyingane, ukuba akhe ubuhlobo noNkulunkulu futhi abe nokuphila okunenjongo?

Angisazenyezi

Funda ukuthi u-Israel Martínez wakunqoba kanjani ukuzizwa engento yalutho, waqala ukuzihlonipha.

Ngagcina Ngimxolele Ubaba

Funda ukuthi yini eyenza uRenée wasebenzisa izidakamizwa nokuthi yini eyamsiza waziyeka.

Manje Sengingakwazi Ukusiza Abanye

UJulio Corio walimala kabuhlungu futhi waba nomuzwa wokuthi uNkulunkulu akamkhathaleli. U-Eksodusi 3:7 wamsiza washintsha umbono wakhe.

Ngangizicabangela Mina Kuphela

UChristof Bauer wazimisela ukufunda iBhayibheli ngesikhathi ehamba ngesikebhe esincane. Wafundani?

Ngangifuna Ukulwa Nokungabi Nabulungisa

URafika wajoyina iqembu elalilwela ushintsho ngoba efuna ukulwa nokungabi nabulungisa. Kodwa wabe esefunda ngesithembiso seBhayibheli sokuthi kuzoba nokuthula nobulungisa lapho sekubusa uMbuso kaNkulunkulu.

“Angisenawo Umuzwa Wokuthi Kumelwe Ngiguqule Umhlaba”

Ukufunda iBhayibheli kwasiza umlweli wamalungelo abantu nezilwane ukuba athole lokho okuyowuguqula ngempela umhlaba

Ngasibeka Phansi Isibhamu Sami

Bona indlela umyalezo weBhayibheli oduduzayo owasiza ngayo uCindy ukuba ashintshe ubuntu bakhe obunolaka.

Ngangizitshela Ukuthi UNkulunkulu Akekho

Kwenzeka kanjani ukuba osemusha owakhula ekholelwa ekutheni uNkulunkulu akekho nesebuKhomanisini, agcine eselithanda iBhayibheli?

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila—November 2012

Kwenzeka kanjani ukuba owesifazane onomsebenzi omuhle, umgembuli nendoda eyayidumazekile bathole injabulo yangempela?

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila—Wayeka Isithembu Waba Umyeni Ongcono

Yini eyashukumisela umuntu owayenesithembu ukuba ashintshe indlela abheka ngayo umshado?

Izinkolelo Ezishintshile

“Nganginemibuzo Eminingi Ngingenazo Izimpendulo”

Yini eyenza uMario, oweyenguMfungisi eSontweni, wakholwa ukuthi oFakazi BakaJehova bafundisa iqiniso leBhayibheli?

Iqiniso LeBhayibheli Lakwanelisa Ukomela Kwami Izimpendulo

UMayli Gündel wayeka ukukholelwa kuNkulunkulu lapho uyise eshona. Kwenzeka kanjani ukuba abuye abe nokholo lwangempela nokuthula kwangaphakathi?

Yonke Imibuzo Yami Bayiphendula NgeBhayibheli!

U-Isolina Lamela wayeyindelakazi engumKatolika, wabe eseba ilungu leqembu lamaKhomanisi, kodwa wadumazeka kuzo zombili lezi zindlela zokuphila. Kamuva, wahlangana noFakazi BakaJehova, bamsiza ngeBhayibheli ukuba athole injongo yangempela yokuphila.

Ngayishiya Phansi Inkolo

UTom wayethanda ukukhonza uNkulunkulu kodwa wadunyazwa inkolo nemicikilisho yayo eyize. Ukutadisha iBhayibheli kwamsiza kanjani waba nethemba?

“UJehova Akazange Angikhohlwe”

Lo wesifazane othanda inkolo wagcina ezitholile izimpendulo ezingokomBhalo zemibuzo yakhe emayelana nokuthi kungani sifa nokuthi kwenzekani kithi lapho sifa. Funda ukuthi iqiniso lakushintsha kanjani ukuphila kwakhe.

“Ngangifuna Ukuba Umfundisi”

Kusukela esengumfana, uRoberto Pacheco wayenomgomo wokuba umfundisi esontweni lamaKatolika. Thola ukuthi yini eyashintsha ukuphila kwakhe.

“Babefuna Ngizibonele Ngokwami Iqiniso”

ULuis Alifonso wayefuna ukuba isithunywa sevangeli samaMormon. Ukufunda kwakhe iBhayibheli kwayishintsha kanjani imigomo yakhe nokuphila kwakhe?

Izidakamizwa Notshwala

“Angiseyena Uphuma-silwe”

Ngosuku lokuqala emsebenzini wakhe omusha, uMichael Kuenzle wabuzwa lombuzo, “Ucabangani, ingabe uNkulunkulu uyimbangela yokuhlupheka okusemhlabeni?” Lo mbuzo washintsha ukuphila kwakhe.

Ngangihlala Emgwaqweni

Indlela embi u-Antonio ayephila ngayo yamenza wacabanga ukuthi asikho isizathu sokuphila. Yini eyashintsha indlela ayecabanga ngayo?

Ngafunda Ukuzihlonipha Nokuhlonipha Abesifazane

UJoseph Ehrenbogen ufunda okuthile eBhayibhelini okwamsiza washintsha ukuphila kwakhe ngokuphelele.

“Ngaqala Ukucabangisisa Ngokuthi Ukuphila Kwami Kuphokophelephi”

Funda ukuthi izimiso zeBhayibheli zayisiza kanjani indoda ethile ukuba ishintshe imikhuba yayo nokucabanga ukuze ijabulise uNkulunkulu.

Yayisingicikile Indlela Engangiphila Ngayo

UDmitry Korshunov wayeyisidakwa, kodwa waqala ukufunda iBhayibheli nsuku zonke. Yini eyamenza wenza izinguquko ezinkulu ekuphileni kwakhe?

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila—October 2012

Abantu ababili bayiyeka kanjani imikhuba yabo emibi kuhlanganise utshwala nezidakamizwa, ukuze bathole injabulo yangempela?

“Ekugcineni Sengithole Inkululeko Yeqiniso.”

Funda ngendlela iBhayibheli elasiza ngayo insizwa ukuba iyeke ukubhema, nokusebenzisa kabi izidakamizwa notshwala.

Ubugebengu Nobudlova

“Ubugebengu Nokuthanda Imali Kwangizwisa Ubuhlungu Obukhulu”

Ngemva kokuphuma ejele u-Artan wafunda ukuthi lokho okushiwo iBhayibheli ngokuthanda imali kuyiqiniso.

“Angiseyona Indoda Enesihluku”

Yini eyashukumisela uSébastien Kayira ukuba ayeke ukuba nobudlova nokuhlukumeza?

“Ngangizimbela Igodi”

Yini eyasiza owayeyilungu leqembu lezigebengu e-El Salvador ukuba ashintshe ukuphila kwakhe?

Manje Sengibheka Abantu Ngendlela Ehlukile

USobantu wafunda amaqiniso eBhayibheli wabe eseshiya impilo yobudlova. Manje usevakashela omakhelwane bakhe ukuze abafundise ngomhlaba ongenabo ubugebengu namaqembu ezigelekeqe.

Nganginolaka

Owayeyilungu leqembu lezigilamkhuba ufakazela ukuthi iBhayibheli linamandla okushintsha ukuphila kwabantu. Manje usengumngane kaNkulunkulu.

Ngangigcwele Intukuthelo Futhi Nginobudlova

Yini eyenza isilwi sasemgwaqweni saseMexico safuna ukushintsha ubuntu baso?

Nginike Unyaka Owodwa Nje Wokuthula Nenjabulo

U-Alain Broggio wathintwa ngokujulile eyoku-1 Johane 1:9 eseBhayibhelini.

Ngangicabanga Ukuthi Ngiphila Ukuphila Okumnandi Kakhulu

UPawel Pyzara wayenobudlova, esebenzisa kabi izidakamizwa futhi efuna umsebenzi oholela kahle kwezomthetho—konke ngesikhathi esisodwa. Ukuphila kwakhe kwashintsha lapho elwa namadoda angu-8.

Ukuphila Kwami Kwakuya Kuba Kubi Nakakhulu

UStephen McDowell wayeyinsiwa enobudlova, kodwa ukubulawa komuntu acishe wahlanyela kukho kwamenza wazimisela ukushintsha ukuphila kwakhe.

Ngafunda Ukuthi UJehova Unomusa Futhi Uyathethelela

Ukukhwabanisa kwase kuwumlutha kuNormand Pelletier. Kodwa ngokufunda iBhayibheli wathinteka kakhulu.

Ngangimelene Nobudlova Nokungabi Nabulungisa

U-Antoine wayengumpetha we-Kung Fu kodwa umbhalo weyoku-1 Thimothewu 4:8 washintsha ukuphila kwakhe.

Ngangihamba Nesibhamu Sami Nomaphi Lapho Ngangiya Khona

U-Annunziato Lugarà wayeyilungu leqembu elinobudlova, kodwa ukuvakashela eHholo LoMbuso kwashintsha ukuphila kwakhe.

“Abantu Abaningi Babengizonda”

Thola indlela ukutadisha iBhayibheli okusize ngayo indoda eyayinobudlova ukuba ibe nokuthula.

Ezemidlalo, Umculo Nezokuzijabulisa

UJason Worilds: Uyawina Kuphela Lapho Ukhonza UJehova

Uma ukuphila kwethu kugxile ekukhonzeni uJehova, siyohlale sijabula.

Kwakubonakala Sengathi Nginakho Konke

UStéphane wayengumculi osemusha edumile futhi enemali kodwa engajabule. Yini eyamsiza wathola injabulo yangempela futhi wazi ukuthi uphilelani?

Umklomelo Ongcono Kunayo Yonke

Yini eyenza umdlali wethenisi okhokhelwayo ukuba ayeke ezemidlalo, afundise abantu ngeBhayibheli?

“Ngangiphilela Umdlalo Wobuciko Bokulwa”

U-Erwin Lamsfus wake wabuza umngane wakhe, “Wake wazibuza ukuthi kungani silapha?” Impendulo ayithola yashintsha ukuphila kwakhe.

Ngahluleka Kaningi Ngaphambi Kokuphumelela

Indoda ethile yikunqoba kanjani ukuluthwa izithombe ezingcolile futhi yathola ukuthula kwengqondo?

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila—April 2013

Naphezu kokuphumelela emculweni, u-Esa wayazi ukuthi ukuphila kwakhe akunanjongo. Thola ukuthi lo mculi wesigqi esinamandla wayithola kanjani injabulo yangempela.

Amandla Atholakala Ekukhonzeni UJehova

Elinye ivesi leBhayibheli laqinisekisa uHércules ukuthi angakuyeka ukuba nobudlova athole ubuntu obusha.

Ngangiyithanda Ngenhliziyo Yami Yonke!

USamuel Hamilton wayeyithanda kakhulu i-baseball kodwa iBhayibheli lakushintsha ukuphila kwakhe.

Isithembiso Somhlaba Oyipharadesi Sashintsha Ukuphila Kwami!

U-Ivars Vigulis wayethanda udumo, impilo yobukhazikhazi, nesasasa lomqhudelwano wezithuthuthu. Amaqiniso eBhayibheli akuthinta kanjani ukuphila kwakhe?