INQABAYOKULINDA Julayi 2013 | Ingabe Kufanele Uyethembe Inkolo?

Abantu abaningi bakuthola kunzima ukwethemba inkolo ngoba iye yabadumaza esikhathini esidlule. Funda okwengeziwe ngenkolo okufanelekayo ukuba uyethembe.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Kudingeka Uhlole Inkolo Yakho?

Uma usonta, empeleni ubeka impilo yakho engokomoya nensindiso yakho ezandleni zenkolo okuyo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ungayethemba Yini Inkolo Ngokuphathelene Nemali?

Ingabe izinkolo zangakini zisebenzisa izindlela eziqondile noma ezicashile ukuze zithole imali? Ingabe lokho kuyavumelana neBhayibheli?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ungayethemba Yini Inkolo Ngokuphathelene Nempi?

UJesu wafundisa abalandeli bakhe ukuthanda omakhelwane babo. Ingabe izinkolo zanamuhla ziphila ngokuvumelana nalo myalo?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ungayethemba Yini Inkolo Endabeni Yokuziphatha?

Abaholi benkolo abaningi abasibeki isibonelo esihle endabeni yokuziphatha. Ingabe uNkulunkulu unendaba nendlela esiziphatha ngayo?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ikhona Yini Inkolo Efanelekela Ukwethenjwa?

Ingabe uke wadunyazwa inkolo? Uma kunjalo, kungase kube nzima ukwethemba enye inkolo. Ukutadisha iBhayibheli kungasiza kanjani?

IZINDLELA ZOKWENZA UMNDENI UJABULE

Ukwenza Umshado Wesibili Uphumelele

Umshado wesibili ungaba nezinselele ezazingekho emshadweni wokuqala. Abashadikazi bangabhekana kanjani nazo ngokuphumelelayo?

SONDELA KUNKULUNKULU

‘Ugcwalisa Izinhliziyo Zethu’

Nsuku zonke uNkulunkulu uvumela abantu—ngisho nalabo abangabongi—ukuba bazuze ebuhleni bakhe obuchichimayo.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

“Angisenawo Umuzwa Wokuthi Kumelwe Ngiguqule Umhlaba”

Ukufunda iBhayibheli kwasiza umlweli wamalungelo abantu nezilwane ukuba athole lokho okuyowuguqula ngempela umhlaba

INGXOXO NOMAKHELWANE

Ingabe UNkulunkulu Unendaba Nokuhlupheka Kwethu?

Abanye abantu bangabaza ukuba khona kukaNkulunkulu ngenxa yokuhlupheka abakubonayo. Funda eZwini likaNkulunkulu indlela ukuhlupheka kwethu okumthinta ngayo uNkulunkulu.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Abantu baye bazama izindlela eziningi zokuvimbela ukuguga, nokho akekho oye wathola ukuphila okuphakade. Kungani?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Kungani OFakazi BakaJehova Bevakashela Abantu Abanezinkolo Zabo?

Yini esenza sivakashele abantu abanezinkolo zabo?